Mam Khambule ushaye ikhwela ngeynkinga zamadoda

Umtholampilo Ozimele I Unjani clinic osendaweni yasembo e Riverview klolusuku lwanamuhlanje (sartuday) bashaye ikhwela lokbiza amadoda ngenhloso yokuzocobelela ngo lwazi nangokuhlomisana ngeynkinga ezibhekene Nama doda.

Umama Khambule ungumphathi walomtholampilo ubesexoxisana nezintathrli Uthe “Babone kunesdingo eskhulu sokuthi bavule inkundla yokukhuthaza ama Doda ukuthi akhulume ngezinkinga Abhekene Nazo ngabe isemshadweni, isemndenini, ise msebenzini, uthiii abantu besilisa abayeke ukukhohlisana ngokuthi INDODA AYKHALI, kusho umam Khambule

UMnuz.Dumisani Pakkies Obeyiskhulumi esqavile sosuku ebesikhuluma Ngomdlavuza wamankwahla(prostate cancer) sithe “ukudla imshanguzo ye prostate cancer akulula Neze,and ubeseveza okuyizimpawu (igazi uma echama no kwi sermen, ubuhlungu obusesthweni soweslisa) unxuse ukut omama abahlala nobaba bangabheka ukuthi ubaba meyochama uyaquma yini okanye khona ubuhlungu abuzwayo umaa eshobingaaa kushooo uMnuz……. wagcizelela komama ukuthi bakhuthaze obaba ukt Bavakashele imtholampilo.

Leave a Comment

Your email address will not be published. Required fields are marked *